05-01 2021 19:40
wrote:
The athlete has fallen & the baton is to be picked sis'Salome - silimele, iwile insika.
U buti(njengoba kade sibizana) uhambe kahle kakhulu phambi kwami, wakuveza ukuthi ukuba u Ndodayomuzi kuchaza ukuthini, walilandela igama lakhe kwazekwaba semaphethelweni endima yakhe. Ngifunde lukhulu e sikhathi engimaze sona & ngiyazi akuwelanga phansi kuzoqhubeka kungisize empilweni nami.
Ngalamazwi ngithi phumula Chiliza/Mdunge uyibekile induku ebandla - uzokhumbuleka